Isimo somqondo esaMandulo
njengefa lesizwe
Ukugubha ukuhluka kwethu
khona kuzohlangan’ izwe
ukwamkela nokwanga ukuhluka kwethu
inala lefa
Ukuya ekuhlanganeni kwezwe
Ubunye – sime sihlangene
sesikhululiwe kules’ khathi esedlule
kanye nokungena esikhathini esizayo
Lonke ulimi lufanele ludanse
eshunini lolwimi wase Mzansi